Untitled




IMASHI YOKULWlNA AMAKHAMBI OKULAPHA ISIFO SENGLULAZI

HIV / Aids Treatment Action Campaign

INKOMFA YABEZINDABA

Ngolwesithathu mhlaka 5 July 2000, inhlangano elwela
amakhambi okulapha inglulazi nezifo ezihambisana nayo
i Treatment Action Campaign (TAC) izobamba inkomfa
yabezindaba ukuzoxaca ngalokhu:

€ Ukwenza izimemezelo mayelana nemashi yomhaba
yokulwela ukwehliswa kwamakhambi okulapha inglulazi.
Nezobantelwa e thekwim ngesonto lomhlaka 9 July 2000.
Lemanshi ngeyokuqala ehlangamsa izinhlangano
ezahlukehlukene zomhlaba ezilwa nesifo senglulazi
kanjalo nezinhlangano. Ezingekho ngaphansi kuka
hulumeni kanye nemifela ndawonye yezinyunyana.
Lenkomfa yabezindaba izokwazisa ngezinhlangano
zomhlaba kanye nezikazwelonke ezixhasa lemanshi.
Lenkomfa izophinde yazise ngiezikhulumi ezikhuluma
kulemashi, kanye noku qukethwe incwadi yezikhalazo
ezodwuselwa kwabamele uhulumen kanye nezinkampani
ezikhiqiza amakhambi okulapha inglulazi.

€ Lenkomfa izophinde ichazelwe ngezinyathelo
ezizo thathwa yi TAC kanye nezinhlangano ebambisene
nazo kuleli naphesheya kulonkhankaso wokulwela
ukwehliswa kwamakhambi okulapha isifo senglulazi .

Imininingwane ngalenkomfa imi kante:

Indano: Ethekwim
(Emahhouisi e TAC)
717 Colonial Building
330
West Street (off Mark's Lane)

Imininingwane ingatholakala kulezinombolo ezilandelayo: 031-304-3673